ࡱ> AC@%` bjbj"x"x 4&@@ h  $ 000D 8 ,, D"L L L L L ' ' ' """""""$#h%X>"0' ' ' ' ' >"00L L S"]]]' t0L 0L "]' "]],|00 L @ @?@ !$i"0"E&vE&$ E&0 P' ' ]' ' ' ' ' >">"X' ' ' "' ' ' ' DDD DDD DDD000000 UMQULU WAMALUNGELO EZINGANE EZIPHETHWE YIZIFO EZINGELAPHEKI NEZINCIPHISA IMPILO YAZO Yilowo nalowo mntwana kufanele alindele ukunakekelwa komntwana nomntwana, okususelwa emasikweni futhi okuhambelana neminyaka yakhe nokwenza kube nobungcono njengoba luchaziwe yi Nhlangano Yomhlaba Yezempilo (WHO). Izidingo ezithize zasebethombile kanye nabantu abancane ziyobhekelelwa futhi zihlelelwe. Ukunakekela kezifo ezingalapheki komntwana kanye nomndeni kuyoqala ngesikhathi kuhlahlwa isifo esimphethe bese kuqhubeka kuhambisana nemithi yokwelapha ekuguleni konke komntwana, ngesikhathi sokufa nangesikhathi sokuzila. Inhloso enkulu yokunakekela ngentambiso kuyoba ukuqeda ubuhlungu kanye nokuphumelelisa ubunjalo bempilo. Abazali bomntwana noma ababheki abase mthethweni bayomukelwa njenga banakekeli abamqoka futhi bathathwe njengomaqondana abaphelele kulo lonke unakekelo kanye nezinqumo eziphathelene nomntwana. Yilowo nalowo mntwana uyogqugquzelwa ukuzimbandakanya ngezinqumo ezithinta ukunakekelwa kwakhe, ngokweminyaka nangokokuqonda. Indlela ethinta imizwa kodwa enobuqotho iyoba yisisekelo sakho konke ukuxhumana nomntwana kanye nomndeni womntwana. Bayophathwa ngesizotha futhi banikwe ilungelo lokuba babe ngasese kungakhathelekile noma kungezinga lomzimba noma ngokwengqondo. Yilowo nalowo mntwana noma umuntu osemncane uyokwazi ukufinyelela kwezemfundo nalapho kunokwenzeka ahlinzekelwe ngethuba lokudlala, afinyelele ethubeni lokuzithokozisa, axhumane nabantwana bakubo kanye nabangani futhi azimbandakanye emsebenzini yobungane eyejwayelekile. Umntwana kanye nomndeni bayonikwa ithuba lokuxhumana nodokotela wezokwelapha abantwana onolwazi olunzulu lwesimo somntwana uma kudingeka, futhi uyohlala ebhekelelwe ngaphansi konakekelo luka dokotela waba ntwana. Umntwana kanye nomndeni bayovumeleka ukuba nesisebenzingqangi esinegama nesifinyelelekayo umsebenzi waso okuwukwakha, ukuhlela kanye nokugcina izinhlelo zokusiza eziyizo okufanele zifake ithimba elizinhla-ziningi zokuqondiswa kwezigwegwe kanye nezinto zokusebenza eziyizo ezitholakala emphakathini. Ikhaya lomntwana liyohlala liyisikhungo sokunakekela lapho kufanele.Ukwelashelwa ngaphandle kwe khaya kuyoba sendaweni okuhlala kuyona umntwana esizwa abasebenzi namavolontiya, abaqeqeshwe ukunakekela abantwana ngentambiso. Yilowo nalowo mntwana kanye nelunga lomndeni, kufaka nabantwana bakubo, bayothola ukwesekelwa okuhambisana nosikompilo oluyilo, ezomtholampilo, ezomphefumulo, okwengqondo nokwenhlalo yabantu kanye nangoko moya ukuze kuhlangabezane nezidingo zabo ezibalulekile. Ukwesekelwa emva kokushonelwa komndeni womntwana kuyotholakala kuphela nje uma kudingeka. Icashunwe eMqulwini we ACT.  Ukunakekela kezifo ezingalapheki kwabantwana iwukunakekela okubukhuphekhuphe,iwunakekelo oluphelele lomzimba womntwana,lwengqondo kanye nolomphefumulo, futhi olufaka nokunika ukunakekela emndenini. Kuqala lapho kutholakala isifo esikuphetheyo futhi kuqhubeke kungakhathelekile noma umntwana wemukela imithi yokwelashwa ephathelene nesifo esimphethe. AbeziMpilo kufanele bahlole futhi banciphise usizi lwengane noma ngabe olwasemzimbeni,olwengqondo kanye nolokuhlalisana nabantu. Ukunakekela kezifo ezingalapheki okuphumelelayo kudinga indlela ebanzi ezinhlaziningi efaka umndeni kanye nesebenzisa izinto zokusebenza ezikhona emphakathini; ingasetshenziswa ngempumelelo ngisho noma izinto zokusebenza zincane. Lungahlinzekelwa ezikhungweni eziphakeme zokunakekela,ezikhungweni zezempilo zasemphakathini, kanye nasemakhaya abantwana. INhlangano Yomhlaba Yezimpilo 2002     TUVW+ , - . Ͽn_PA2Ahe)h.CJaJmH5sH5he)hCJaJmH5sH5he)h \CJaJmH5sH5he)h8XCJaJmH5sH5)jhe)h8X0JCJUaJmH5sH5he)h-CJaJmH5sH5he)hZCJaJmH5sH5he)hFCJaJmH5sH5he)hBa CJaJmH5sH5he)hNx5CJaJmH5sH5hk]hNx>*CJaJmH5sH5hk]hk]>*CJaJmH5sH5hk]hk]>*CJaJmH sH VW   $ & F 8a$gd8X$ 8h^ha$gd8X $h^ha$gd8X$ `a$gd8X$a$gd8X $^a$gd8X $ & Fa$gd8X $@&a$gdP G N \ ] e f g   !   ĵӗyjjj[jjhe)h }CJaJmH5sH5he)h~cCJaJmH5sH5he)hCJaJmH5sH5he)h2CJaJmH5sH5he)h%CJaJmH5sH5he)he)CJaJmH5sH5he)h.CJaJmH5sH5he)h8XCJaJmH5sH5he)h-CJaJmH5sH5hm|h.CJaJmH5sH5he)hy+CJaJmH5sH5 ! " a \^bj Dpxӵ◈ĵĵyjyy[yhe)hv0CJaJmH5sH5he)h2CJaJmH5sH5he)h:CJaJmH5sH5he)hhCJaJmH5sH5he)hA>CJaJmH5sH5he)h-CJaJmH5sH5he)hzfCJaJmH5sH5he)haCJaJmH5sH5he)h~CJaJmH5sH5he)h8XCJaJmH5sH5he)htjoCJaJmH5sH5 abgdkUgdpegd8XgdIAkgd2$ `a$gd8X $ & Fa$gd8X$a$gd8Xx:MN`ab}GHĵuj[L==he)hpeCJaJmH5sH5he)hCJaJmH5sH5he)hCJaJmH5sH5he)h8XmH5sH5!jhe)h8X0JUmH5sH5he)hL.>*CJaJmH5sH5he)h8X>*CJaJmH5sH5he)hYCJaJmH5sH5he)h8XCJaJmH5sH5he)hv0CJaJmH5sH5he)h8XCJaJmH5sH5he)h2CJaJmH5sH5he)hYCJaJmH5sH5m;}yumumumumu]he)hL.>*CJaJmH5sH5jhSUhSh8Xhe)h8X5CJaJmH5sH5he)h[ZCJaJmH5sH5%he)hyB*CJaJmH5phsH5he)hyCJaJmH5sH5he)h8XCJaJmH5sH5%he)hux2B*CJaJmH5phsH5he)hux2CJaJmH5sH5he)hux25CJaJmH5sH521h:p8X. A!"#S$% L@L Normal$CJOJQJ^J_HaJmH sH tH DA@D Default Paragraph FontRi@R  Table Normal4 l4a (k(No List <+@< kU Endnote TextCJaJBOB kU Char Char1OJQJ^JmH sH >*@> kUEndnote ReferenceH*@O"@ kU List Paragraph ^H2H Iv Balloon TextCJOJQJ^JaJZYBZ P Document Map-D M CJOJQJ^JaJ>@R> 8X Footnote TextCJaJ<Oa< 8X Char CharOJQJ^JtH @&@q@ 8XFootnote ReferenceH*+ gj &VW     a b 00 00 00 00 00 00 00 00 00 00 0 00@0@0@000g@0X00@0X00@0X00@0X00X00  x   8@0(  B S  ?W+.GHNO\]eg!"  !"ab\] pq x y M N ` b } F H _ a E G W     ` b  W  ZC<_cVRvz'`VTw2a,IHv jJe]k@hh^h`o(. 88^8`hH. L^`LhH.   ^ `hH.   ^ `hH. xLx^x`LhH. HH^H`hH. ^`hH. L^`LhH.hh^h`o(.^`o(.TT^T`o( pp^p`hH. @ @ ^@ `hH. L^`LhH. ^`hH. ^`hH. L^`LhH.^`o(. ^`hH. L^`LhH. pp^p`hH. @ @ ^@ `hH. L^`LhH. ^`hH. ^`hH. L^`LhH. gg^g`o(. tt^t`hH. DLD^D`LhH.   ^ `hH.   ^ `hH. L^`LhH. ^`hH. TT^T`hH. $L$^$`LhH.h hh^h`hH.h 88^8`hH.h L^`LhH.h   ^ `hH.h   ^ `hH.h xLx^x`LhH.h HH^H`hH.h ^`hH.h L^`LhH.^`o(. ^`hH. L^`LhH. pp^p`hH. @ @ ^@ `hH. L^`LhH. ^`hH. ^`hH. L^`LhH.ZC<e]kcVw2az'` j         f@~/&               XN                 x>        NMG-A>S#umCNxaBa t!x$L.zg.v02ux20,3iT3u5A6:b#:N;zDPpiP(RkU \k]y^\Aa~cpezf.sgIAkTntjopIvP }y++%m|WYF+"s\h8X y&_[Z?Fe)ZQljy.P~5 -@UUh1UU @@UnknownG:Ax Times New Roman5Symbol3& :Cx Arial5& :[`)Tahoma"1hdɦ:˦ C!S4d{ {  2qHP ?Nx1 Sue Boucher Sue Boucher$      Oh+'0\   $ 0<DLT1 Sue BoucherNormal Sue Boucher13Microsoft Office Word@R\ @@v@@՜.+,0 hp  Hewlett-Packard{ ' 1 Title  !"#$%&'()*+,-./12345679:;<=>?BRoot Entry F@?@DData 1Tablei&WordDocument4&SummaryInformation(0DocumentSummaryInformation88CompObjq  FMicrosoft Office Word Document MSWordDocWord.Document.89q